Mhlonishwa and Simelane broke and rich

kona kuyiqiniso ukuth uma u broke amantombazane akuthatha kancane koda uma unemali ave uthandeka.Abantu besifazane ngendlela abaheheka ngayo uma bebona imali engath bayabukisa ngoba uma unemali bangenza noma yini ukuze bathole isabelo kulemali yakho nayo noma bengazi uyithole kanjani.kanti uma u broke ungenayo kwaleyomali hhawu ufana nento efile kubona.kukancane uzwe kuthiwa intombazana ihlalee yabekezela ibekezelela umuntu ongenamali kulesikhathi samanje ngenxa yokulaandela ibhodwe eliconsayo.

Comments

Popular Posts